| Artist | Thokozani Langa |
| Category | Maskandi |
| Genre | Maskandi |
| Released | 2026 |
| Duration | 04:47 |
South African singer-songwriter and music star, Thokozani Langa, comes through with a new single which is titled "Umngenandlini".
The song "Umngenandlini" is an amazing record that should be on your Playlist. However, it serves as Thokozani Langa's latest single for the year 2026.
Listen, download, & share your thoughts below;
Thokozani Langa Umngenandlini Lyrics:
Bumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini
Bumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini
Amnandi impela amabhodlela kodw ungakhohlwa umngena ndlini
Isha kamnandi inyama sizwa ngosi kwashisanyama
Isha kamnandi inyama sizwa ngosi kwashisanyama
Amanye amadoda adla kamnandi edolobheni ekhaya kudliwa Iklabish
Amanye amadoda adla kamnandi edolobheni ekhaya kudliwa amazambane
Baba ungakhohlwa umngena ndlini
Mama ungakhohlwa umngena ndlini
Baba ungakhohlwa umngena ndlini
Mama ungakhohlwa umngena ndlini
Bhuti ungakhohlwa umngena ndlini
Sisi ungakhohlwa umngena ndlini
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Kuyoba mnandi laphekhaya
Uzungakhohlwa umngenandlini
Kuyoba mnandi laphekhaya
Uzungakhohlwa umngenandlini
Woo indoda eqotho ijabule ekhaya nabantwana
Yeyi indoda eqotho ijabule ekhaya nabantwana
Baba ungakhohlwa umngena ndlini
Mama ungakhohlwa umngena ndlini
Bhuti ungakhohlwa umngena ndlini
Sisi ungakhohlwa umngena ndlini
Kumnandi impela utshwala kodwa s'ngakhohlwa umngena ndlini
Uzomthola emamatheka
Uzomthola ehleka yedwa
Uzomthola emamatheka umama wezingane
Uzomthola emamatheka
Uzomthola ehleka yedwa
Uzomthola emamatheka umama wezingane
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Indoda indoda emadodeni
Ubaba ubaba ngokubabazeka
Kuyoba mnandi lapha ekhaya
Uzu ngakhohlwa umngena ndlini
Kuyoba mnandi lapha ekhaya
Uzu ngakhohlwa umngena ndlini
DOWNLOAD Umngenandlini by Thokozani Langa MP3 [6.63 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post









