| Artist | S'fiso Ncwane |
| Category | Gospel |
| Genre | Gospel |
| Album | Kulungile Baba (Live at Durban ICC RSA) (Track 8) |
| Released | 2019 |
| Duration | 07:19 |
New Release: A Soul-Stirring Single from S'fiso Ncwane
South African singer-songwriter and music star, S'fiso Ncwane, comes through with a single which is titled "Ngiyabonga Kuwe Baba (Live at Durban ICC RSA)". This track showcases his exceptional talent and deep connection to gospel music, delivering a powerful message that resonates with many listeners across the continent and beyond.
The song is a loveable piece that was well written and composed, reflecting heartfelt gratitude and spiritual devotion. Released in 2019, this song stands out as an awesome addition to the gospel music scene, blending soulful melodies with inspiring lyrics that uplift the spirit. It’s a track that you definitely can’t afford to miss if you appreciate authentic and moving music.
Moreover, "Ngiyabonga Kuwe Baba (Live at Durban ICC RSA)" serves as the 8th track off the 17 tracks body of work Project, "Kulungile Baba (Live at Durban ICC RSA)". This project as a whole highlights the artist’s ability to connect with his audience through live performances that capture the raw emotion and energy of his music. Each track contributes to a cohesive narrative of faith, hope, and praise.
This particular song stands out for its live recording at the Durban ICC, which adds an authentic and vibrant atmosphere to the listening experience. The crowd’s energy and the artist’s passionate delivery make it a memorable performance that fans cherish. It’s a testament to the enduring impact of gospel music in South Africa and the role of live events in bringing communities together.
For those who may not be familiar, S'fiso Ncwane was a celebrated figure in the South African gospel music industry, known for his soulful voice and heartfelt songwriting. His contributions have left a lasting legacy, inspiring many upcoming artists and touching the lives of countless fans. His music continues to be a source of comfort and inspiration.
Listen, download, & share your thoughts below;
S'fiso Ncwane Ngiyabonga Kuwe Baba (Live at Durban ICC RSA) Lyrics:
Ngiyabonga yeah kuwe baba
Ngiyabonga yeah kuwe baba
Ngicela ukunizwa niycula nisho woza
(Ngiyabonga kuwe baba)
Ngiyabonga ngiyabonga do it again
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba (ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngiyabonga (ngiyabonga kuwe baba) ngiyabonga baba
Oh haybo ngibonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Oh haybo ngibonga ke baba yeah (ngiyabonga kuwe baba)
Oh haybo ngibonga ke (ngiyabonga kuwe baba) yeabo baba kuwena
Baba ngibonga konke okuhle ongenzele khona (ngiyabonga kuwe baba) yes!
Baba ngibonga konke okuhle ongenzele khona
Baba ngibonge ukungdlulisela lapho khona kuthiwa akundlulwa
Baba ngibonge ukungvikela zitha z'fun' ukung'bulala baba
Baba ngibonge uk'vula iminyango lakuthiwa khona ayisavuleki
Baba ngibonge ukungenzel' izinto noma bengakhoni
Ukuthi zingenzeki empilweni yami yeah
Ngiyabonga ngiyabonga ah ah hay baba
Ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Ay baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngibonge ukundlulisa lapho khona kuthiwa akundlulwa
(Ngiyabonga kuwe baba)
Ay baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Ay ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Awnyakaze kanje ngathi uyisi Yoni
Ayeye Durban ayeye!
Ah hayi baba ngiyabonga ke (ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngibonge ukungenzela zonke izinto ezinhle
(Ngiyabonga kuwe baba) ku ooh we
Baba ngiyabona ukungvikel' izifo zifuna ukungbulala
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngibonga baba ngiyabonga baba ngiyabonga
(Ngiyabonga kuwe baba) aybo!
Baba ngibonga baba ngiyabonga baba ngiyabonga
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngiyabonga baba ngiyabonga ababa
Ngiyabonga ke baba (ngiyabonga kuwe baba)
Singaycula sonke
Baba ngiyabonga
(Ngiyabonga kuwe baba)
Ay baba ngiyabonga
(Ngiyabonga kuwe baba)
Lalela sometimes mawubonga ungenalutho
Abantu bekubona usmiler kodwa bazi ukuthi khona izinto onganazo
Eziyi material yala emhlabeni bona banazo
Ahlangane nawe umuntu ubonge kodwa ungena moto
Ungena muzi ungena lutho
Ingoba ibonga ngoba uyazi uNkulunkulu omkhonzayo
Usakubekile usaku trainer for ukuthi mhla'zifika zifike uready
Ukuthi ukwazi ukuysebenzisa
Ngoba aksikona ukuthi manje njengoba ungenako loko ok'funayo
Ngeke uphinde ube nakho
Usho kancane ukudla ngisho kungekho endlini
Ngiyabonga kuwe angizwa
Baba ngiyabonga kuwe angizwa (ngiyabonga kuwe baba)
Asambe baba ngiyabonga baba ke
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngiyabonga baba ngiyabonga
(Ngiyabonga kuwe baba) ku ooh we
Baba ngibonga ukungenzela zonke izinto ezinhle
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngibonge ukungenzela konke okuhle baba
(Ngiyabonga kuwe baba)
Baba ngibonge ukubhamba nami
Baba ngiyabonga (ngiyabonga kuwe baba)
Haleluja aw uJesu uynkosi
DOWNLOAD Ngiyabonga Kuwe Baba (Live at Durban ICC RSA) by S'fiso Ncwane MP3 [10.27 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post























