[Music] Mbuzeni – Ephehlweni (Free Audio)
Posted by badgeValidBoii 0
Facebook
Twitter
WhatsApp
Telegram
Pinterest
Email

mbuzeni-ephehlweni-artwork
ArtistMbuzeni
CategoryMaskandi
GenreMaskandi
Released2026
Duration05:14

South African singer-songwriter and talented artist, Mbuzeni, drops off an impressive single titled "Ephehlweni".

Telegram Link Join Now Join Now

The song "Ephehlweni" is an amazing record that should be on your Playlist.

Listen, Share and Download below.


Mbuzeni Ephehlweni Lyrics:
Awu ngahlupheka
Ngahlupheka kanjen'emhlabeni
Ngahlupheka kanjen'emhlabeni
Engabe ngoneni na

Ngithi ngagula kangaka
Ngaphatheka kangak'ezweni
Mina ngagula kanjena
Engabe ngidleni na

Ngabalekelwa nabangani
Ngoba bethi
Ngiphethw'ilezizifo
Ngaze ngagula kanjena
Engabe ngidleni na

Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni)
Bafika bangithwasis'amanga
Mina ngay'emanzini (Ngay'emanzini)
Weh (Yafika yaphakam'inyoka)

Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni)
Bafika bangithwasis'amanga
Sengibuy'emanzini (Ngay'emanzini)
Yafika yaphakam'inyoka

Awu ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni)
Yenzani (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas'ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo)
Engaphila ngalo lolo

Ngithi ngayibhek'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni)
Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi)
Awu yas'ikhophozela (Kwaba yilanga lami)
Engaphila ngalo lelo

Ngithi ngagula kangaka
Kangaka
Ngoba sengizamile mina
Ngadla zonk'inkamb'ekuthiwa ngizidle
Kodwa luth'ukusinda
Luth'ukusinda

Mina ngagula kangaka
Sengibuy'ephehlweni manje

Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni)
Bafika bangithwasis'amanga
Bafika bangithwes'amanga (Ngay'emanzini)
Yafika yaphakam'inyoka

Mina ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni)
Ephehlweni (Bafika bangithwasis'amanga)
Hayi bo (Ngay'emanzini)
Weh (Yafika yaphakam'inyoka)

Mina ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni)
Hayi bo (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas'ikhophozela (Kwaba ngusuku lolo)
Hayi bo (Engaphila ngalo lolo)

Awu ngayibuk'emehlwenii (Ngayibuk'emehlweni)
Emehlweni (Kodwa yona yabheka phansi)
Yasibheka phansi yona indlondlo (Kwaba yilanga lami)
Indlondlo (Engaphila ngalo lelo)

Ngiyil'ephehlweni
Bafika bangithwasis'amanga
Ngay'emanzini
Yafika yaphakam'inyoka

Awu ngagula kangaka (Ngiyil'ephehlweni)
Ngagula kangaka (Bafika bangithwasis'amanga)
Ngoba ngithi ngikwenze konke (Ngay'emanzini)
Okufunekayo weh (Yafika yaphakam'inyoka)

Awu ngayibuk'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni)
Kodwa yona yabheka phansi
Yayisingihlonipha (Kwaba ngusuku lolo)
Engaphila ngalo lolo

Phela ayibhekw'emehlweni (Ngayibuk'emehlweni)
Uyashona (Kodwa yona yabheka phansi)
Yas'ikhophozela (Kwaba yilanga lami)
Kant'iyangisindisa (Engaphila ngalo lelo)

Awu ngiyil'ephehlweni (Ngiyil'ephehlweni)
Hayi bo (Bafika bangithwasis'amanga)
Hayi weh (Ngay'emanzini)
Yafika yaphakam'inyoka

Weh (Ngiyil'ephehlweni)
Bafika bangithwasis'amanga
Wololo maye babo (Ngay'emanzini)
Yafika yaphakam'inyoka


DOWNLOAD Ephehlweni by Mbuzeni MP3 [7.34 MB]


Do you want your song on ZaMusic? Upload Your Song.


What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post