| Artist | Imacsoul |
| Category | South Africa |
| Genre | MASKANDI |
| Released | 4 Dec 2025 |
| Duration | 03:01 |
South African singer-songwriter and performer, Imacsoul, introduces a new song titled "Mzala".
The song "Mzala" is an amazing record that should be on your Playlist.
Listen, Share and Enjoy!.
Imacsoul Mzala Lyrics:
Mzala mntaka Auntie
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela wena
Angeke ngincenge impilo ngapha ngibe ngincengana nawe
Ukuthi awunendaba nami
Anginendaba mina anginendaba nawe
Ilwa ngamathe eyosongo
Angeke uyinqande inqwele ikhwela intaba
Isizingelwa i—German Sheppard niyoncengwa izagola zakini eniyiphakelayo azazi kwamkhondo
Bhala mntaka Auntie uthi
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela
Uyoncengwa unyoko uyezwa?
We Mzala mina angeke ngikuncenge (ngeke)
Qiniso ngizonitshela linjalo
Angithi senikhohlwe ukuzibuka ngamehlo kumanje nizibuka ngabantu
Abanye batete umona ngembeleko
Ba babysitter ubutha
Abanye ba busy nezimpilo zabanye lokhu eme ndawonye amagxathu
Ngeke ngikuncenge mina
Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana, eshe!
Ngeke ngikuncenge mina eyy
Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana
Thilili
Kukhala ifoni yami yami haaa
Kufona umzala wami olilabatheka kabi
Owayehlekisa ngami ethi kangilutho mina
Kufona umzala wami olilabatheka
Owayehlekisa ngami ethi kangilutho mina
Ey ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana)
Ey ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana)
Yey we Mzala mntaka auntie
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela Uyoncengwa unyoko uyezwa?
Nalento yokuthi maniphakathi kwabantu nina niyibona nincono
Nikusaba kabi ukushumayela ivangeli lomuntu ongathi wenza kancono
Niyaphapha niyibona niphezulu lapho anikaveli naku Durag yejongo
Niyogaxele kwegaxe umkhonyovu aahhaaa!
Umgibe ugaxa insizwa zonke
Mntaka Malume
Nginodlebe angeke ngizwe ngawe mina
Elami lelitafula engidekelwe lona angeke lihlale Noma ubani
Umuke wathamba omadlelakuthayela bafuna ukudlela kuwe iphaphu
Niyoncengwa zintombi zoyihlo
Thina anginalanga lonke
Ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana)
Ey Ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana)
Ngeke ngikuncenge mina hey
Uyoncengwa yi Cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana, eshe!
Ngeke ngikuncenge mina hey
Uyoncengwa yi Cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana
DOWNLOAD Mzala by Imacsoul MP3 [4.23 MB]
Drop Your Comment
Be the first to comment on this post















