[Music] G-Jealous – Umaqondana ft SHENGE WASEHLALANKOSI (Free Audio)
Posted by badgeValidBoii 0
Facebook
Twitter
WhatsApp
Telegram
Pinterest
Email

g-jealous-umaqondana-ft-shenge-wasehlalankosi-artwork
ArtistG-Jealous
Featuring Shenge WaseHlalankosi
CategoryMaskandi
GenreMaskandi
Released2026
Duration04:45

South African singer-songwriter and performer, G-Jealous, introduces a new song titled "Umaqondana".

Telegram Link Join Now Join Now

The song "Umaqondana" is an amazing record that should be on your Playlist.

Moreover, "Umaqondana" is a track off the body of work Project, "SIDLA IMALI".

In addition, the impressive 2026 song features Award-winning artist, Shenge WaseHlalankosi who added a dope verse.

Listen, Share and Download below.

G-Jealous Umaqondana Lyrics:
We baba ngicel' ungishisele impepho emsamo
We baba mina ungicelele umaqondana
Hhe ngicel' ungicelele umaqondana
We baba ngicel' ungishisele impepho emsamo
(We baba ngicel' ungishisele impepho emsamo)
We baba mina sengifuna umaqondana
(Hhawu hheyi, we baba mina sengifuna umaqondana)

We baba, we baba
(We baba ngicela ungishisele impepho emsamo?

Uyihalele ngami umtana wabantu
(Hhawu hheyi, we baba ngicel' ungishisele impepho emsamo)

Mina kudala bengishika (hhe kudala bengishika othandweni mina senganele manje)
Awu, senganele manje (ngicelele baba nasey'dalweni zami mina sengifuna umaqondana)
Kudala bengishika (hhe kudala bengishika othandweni mina senganele manje)

Awu, sekwanele manje (ngiceli ungicelele baba nasey'dalweni zami mina sengifuna umaqondana)

Mina sengifun' umaqondana (hheyi ngifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)
Mina sengifun' umaqondana (hhawu sengifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)

(Hhawu sengifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)

Awu, senganele manje (ngiceli ngicelele baba nasey'dalweni zami mina sengifuna umaqondana)
Kudala bengishika (hhe kudala bengishika othandweni mina senganele manje)
Awu, sekwanele manje (ngiceli ungicelele baba nasey'dalweni zami mina sengifuna umaqondana)

Mina sengifun' umaqondana (hheyi ngifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)
Mina sengifun' umaqondana (hhawu sengifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)
Mina sengifun' umaqondana (hheyi ngifun' umaqondana, baba ngifun' umaqondana)
(Hhawu sengi-)

DOWNLOAD Umaqondana by G-Jealous MP3 [6.61 MB]

Do you want your song on ZaMusic? Upload Your Song.

What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post